Ubusisiwe Othemba Lakhe LinguJehova
About this video
Check out this video I made with revid.ai
Try the AI Music Video Generator
Create your own version in minutes
Video Transcript
Full text from the video
Oh. SIMAKADE Undumiso Igama lami Manje ngibhale le ndumiso. Ng'zozodumisa wena moya
wasendulo. Umoya wasentabeniiii uyavunguzela Umhlabathi Womile Ngibona ukhula lukhukulwa. Ngumoya ngaphansi kwezul'
elingenalutho. Abanye bathemba amandla bo. Kanti abanye bathemba abakubonayo.
Ngoba bakhona Onkulunkulu baseMhlabeni. Kodwa mina Kunezi thembiso Ezijulile ngami 'phakathi kwami ezingibambile.
Oh. Ubusisiwe umuntu othemba lakhe linguJehova. Othemba lakhe lisekelwe mandlen' ezwi lakho.
Nginje ngomuth' Otshalwe ngasemanzini. Ngiphuz' Emthonjeni ophilisayo Ongashi ngiyingane Kababa. Izimpande zami zifinyelele
emfuleni. Inhliziyo yami Ayesabi ngobuJehova yisisekelo lapho ithemba lami libekwe khona.
Lapho okushisa kwehlobo kunyukela phezulu. Lishisa izithelo kodwa, amagqabu ami ahlalelu hlaza ngobumoya
240,909+ Short Videos
Created By Over 14,258+ Creators
Whether you're sharing personal experiences, teaching moments, or entertainment - we help you tell stories that go viral.